Isexwayiso Sokwahlula Ukulayisha

Lesi sikrini ssibonakala uma ulayisha isahlulo eseqile kwisibalo sesilinda esingu-1023 ngesikhathi sokwahlula.

Akuwowonke amabhodi amakhulu anokuxhasa kwe-LBA32 asebenzayo njengamanje.

Ucetshiswa kakhulu ukuba udale idiski yangaphakathi uma ufisa ukuqhubeka. Uma kungenjalo, angeke ukwazi ukuqala kabusha i-@RHL@ uma ukufakwa sekuqediwe.